Khumbula uSuku lweSabatha, uluNgcwelise | IBandla likaNkulankulu

Details
Title | Khumbula uSuku lweSabatha, uluNgcwelise | IBandla likaNkulankulu |
Author | World Mission Society Church of God / Global |
Duration | 4:03 |
File Format | MP3 / MP4 |
Original URL | https://youtube.com/watch?v=tr773vtlfAQ |
Description
Umphumela Wokuguqula iSabatha, Umthetho kaNkulunkulu, ube yiNkonzo yangeSonto
Kulezi zinsuku, amabandla amaningi abamba inkonzo ngeSonto, kodwa kuwumthetho nje owenziwe ngabantu owasungulwa ngenkathi uMbusi uConstantine ememezela iSonto njengeholide lomphakathi kanye nosuku lokukhonza ngo-AD 321.
ISabatha losuku lwesikhombisa, uNkulunkulu athembisa ngalo izibusiso nobungcwele, futhi wasiyala ukuba silugcine kuze kube sekupheleni kwenkathi, nguMgqibelo.
Namuhla, ibandla eligcina iSabatha ngoMgqibelo ngokwezwi likaNkulunkulu yiNhlangano Ethunywe Ezweni iBandla likaNkulunkulu kuphela.
[Le vidiyo inegunya lobunikazi Yenhlangano Ethunywe Ezweni iBandla likaNkulunkulu. Ukukopisha nokusabalalisa okungagunyaziwe akuvunyelwe.]
〖World Mission Society Church of God〗https://watv.org
〖WATV Media Cast〗 https://watvmedia.org/